ave nithanda izindaba madoda
cha iRand Show iphele ngeSonto eledlule ngomhlaka7, ave kumanikini endaweni ezakhelane nayo kwazise phela bekunoncimbi omkhulukazi, akubhodlela lotshwala inyakanyaka, kusobala ukuthi abantu bazitike ngamanzi kagesi kwaze kweqa kusale thina oMbokazi thina laba esiphuza uma sidakiwe kuphela kodwa cha kuzobuye kulunge ngoba akugwinywa mathe ngakubona bhodlela, ngaze ngashaywa ukoma manje eish!