Yebo izizathu zakho zikhona:
[/QUOTE]ucansi alusashayi khona---[QUOTE]> ngethemba ukuthi nawe ngokwakho, uma umasihlekisane wakho kade niphaphana isipho sabathandani zonke izinsuku kodwa kuthi ningashada bese kuyashintsha lokho. Lokho kuba nomthelela omubi ngoba omunye wenu kungenzeka aqalaze ngaphandle ebese izinkanuko zomhlaba ziyazenzela. Nanokuthike uma owesimame uthi angaba nengane bese kuthi nemizwa yakhe (hormones) ashintshe, ayi ngoba ethi ulaya ubaba.
[QUOTE]Kuningi nje futhi ukungavumelani ngezezimali[/QUOTE]
Uma abashadikazi sebehlala ndawonye, ngesingami kumele ukuthi kuhlanganyelwe esitsheni esisodwa ngoba omunye wethu uyeke azithole esenkingeni ngoba omunye engashongo ukuthi yena eyakhe imali yenzani. Kumele kubanjiswane kulomkhakha. Izimali ngokwami ezenu nobabili ngokulingana. Ukuthi wena uhola kangcono kunami lokho akusho lutho. Kumele sikhulume njebaphathi bomndeni wethu.
[QUOTE]nokukhuliswa kwabantwana----hhhayi kunzima[/QUOTE]
Lokhu angikuboni kuyinkinga. Uma kubanjiswene kuxoxwa ngekukhuliswa kwezingane nekusasa lazo.
Mhlawumbe kumele wenabe ngalokhu ukuthi kuba yini inkinga.
Ngxabalala